Nginentelezi esetshenziswa Uma unabantu abaganga egcekeni lakho, phecelezi, abathakathi, le ntelezi iyabashaya/ibakhubaze, uma uchela uyayikhulumisa usho konke ofuna ikwenze kulabobantu abagangayo, awubizi gama lamuntu ngoba asithakathi, sicupha abantu abaganga ngegceke lakho nomndeni wakho. Ixutshwe nezinye iyntelezi, uyibeka emanzini ashisayo, mesepholile amanzi usunga chela ngayo.
R100